ubobo umuthi lona omila uhlangane ube mningi lapho lumila khona ubobo liyacinana akungeneki kulona lunameva luyahlaba, luhlukene kabili kunobobo olujwayelekile nobobo lwasehlathini lolu lwasehlathini lumamahlamvu amancane lona. Bese kuba khona isihlahla esisondelene nobobo esibizwa ngokuthi ijele, ijele lona liyabambama ubanjwa yiva elilodwa uthi uyabheka usubanjwa ngelinye izingubo zakho zonke zibambeke alisuseki kalula ezingutsheni ijele linameva angathi awokhozi angena asuke no kotini. Ubobo luyangena emithini yokucupha umthakathi.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |